• Skip to main content
  • Skip to header right navigation
  • Skip to site footer

My Cradock

My Cradock

Cradock News Classifieds and Directory

  • Home
  • About
  • Accommodation
  • Business
  • Events
  • Free Business Advert
  • Submit News
You are here: Home / News / Babulala inyoka enkantolo eThekwini
14 July 2012 by Guest

Babulala inyoka enkantolo eThekwini

2012-06-21 12:01

Yabelani
I-imeyili
Shicilela

Durban – Igcwele iyanyinyitheka iNkantolo yeSifunda yaseThekwini ngaphambi kokulalelwa kwesicelo sebheyili samaphoyisa ophiko olulwisana nobugebengu obuhleliwe, oluhlakaziwe.

La malungu alolu phiko angu-20, nasolwa ngokuba ‘ngomashayabhuqe’, aboshwe ngoLwesithathu ohlelweni lapho oKlebe bebesebenzisana khona ne-Independent Police Investigative Directorate.

Ababhikishi bebemi ngaphandle kwenkantolo bezwakalisa ukweseka la madoda.

Lowo obengukhomishana wamaphoyisa uBheki Cele wamukelwe ngenhlokomo ngesikhathi engena enkantolo.

Amaphoyisa ankanise lonke ibhilidi ngenxa yokugcwala nomongo waleli cala.

 – “Likeâ€?
ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 – Landela
IzindabaNews24 kuTwitter

– SAPA

Click here to Book Accommodation in Cradock, Graaf Reinett, Hofmeyer or surrounds.

Article source: http://isizulu.news24.com/NingizimuAfrika/Babulala-inyoka-enkantolo-eThekwini-20120621

Category: NewsTag: graaff reinet, karoo, news
WE LOVE CRADOCK.

COPYRIGHT MyCradock · DESIGN BY REACH TRUST
All Rights Reserved · Powered by Straton Solar